- Uthi uza ngamandla noma kanjani umculi wezemshado uMfundo Mhlongo (mabetween)wasendaweni yase Nkandla (KZN) esgodini sasezi Mambeni.Ongumculi onephupho lokubona abanye abaculi bephumelela nabo empilweni njengoba naye eseyibona indlela eyaphambili manje emculweni wakhe wezemshado.Lokhu ukusho ngoba manje isikhona iCD yakhe enezingoma ezingu 15 eziculwa nguye uqobo njengombhidi wodumo wase South Africa ozobe ethula ngokusemthweni lona leli cwecwelakhe kubantu ngomhlaka 31May endaweni yase Nkandla,Ongu producer walensinzwa uMbazo encane uthi cha selilide impela ibanga aselisebenze nalensizwa emculweni owahlukene kodwa igcine isithi manje isigxila kakhulu kulona wezemishado ngoba ibana sengathi awunakiwe eNingizimu Africa kusho uMbazo encane ebikela iKeckzo Project.
Entertainment Blog Working with community radios around South Africa for Outside Broadcasting, Keckzo Projects Is Based at Port Dunford owned by DJ Keckzo SA a young Radio Personality.
Search This Blog
Saturday, 18 April 2015
Ngiza ngamandla noma kanjani kusho umculi wezomshado
Subscribe to:
Post Comments (Atom)
No comments:
Post a Comment